Isaya 41:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 “Bheka! Bonke abakuthukuthelela kakhulu bayoba namahloni futhi balulazeke.+ Amadoda axabana nawe ayoba njengeze futhi ayoshabalala.+ Isaya 49:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Abakuhlukumezayo ngiyobenza badle inyama yabo siqu; futhi bayodakwa igazi labo siqu njengokungathi badakwe yiwayini elimnandi. Yonke inyama iyokwazi ukuthi, mina, Jehova,+ nginguMsindisi wakho+ nalowo onguMhlengi wakho,+ OnaMandla kaJakobe.”+ Mika 6:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngoba nganikhuphula nganikhipha ezweni laseGibhithe,+ nganikhulula endlini yezigqila;+ ngathumela phambi kwenu uMose, u-Aroni noMiriyamu.+
11 “Bheka! Bonke abakuthukuthelela kakhulu bayoba namahloni futhi balulazeke.+ Amadoda axabana nawe ayoba njengeze futhi ayoshabalala.+
26 Abakuhlukumezayo ngiyobenza badle inyama yabo siqu; futhi bayodakwa igazi labo siqu njengokungathi badakwe yiwayini elimnandi. Yonke inyama iyokwazi ukuthi, mina, Jehova,+ nginguMsindisi wakho+ nalowo onguMhlengi wakho,+ OnaMandla kaJakobe.”+
4 Ngoba nganikhuphula nganikhipha ezweni laseGibhithe,+ nganikhulula endlini yezigqila;+ ngathumela phambi kwenu uMose, u-Aroni noMiriyamu.+