Duteronomi 15:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Ngoba umuntu ompofu akasoze ayeka ukuba khona phakathi kwezwe.+ Yingakho ngikuyala, ngithi, ‘Kufanele umvulele isandla sakho ngokukhululekile umfowenu ohluphekile nompofu ezweni lakini.’+ IzAga 11:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 Kukhona osakazayo kodwa nokho owandiswayo;+ nozigodlayo kokulungile, kodwa umphumela uba ukuswela kuphela.+ IzAga 19:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ombonisa umusa ophansi uboleka uJehova,+ futhi Yena uyombuyisela ngempatho yakhe.+ UmShumayeli 11:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Nika isabelo kwabayisikhombisa, noma ngisho kwabayisishiyagalombili,+ ngoba awazi ukuthi iyiphi inhlekelele eyokwenzeka emhlabeni.+ 2 Korinte 9:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 (Njengoba nje kulotshiwe: “Wabile kabanzi, ubaphile abampofu, ukulunga kwakhe kuqhubeka kuze kube phakade.”+
11 Ngoba umuntu ompofu akasoze ayeka ukuba khona phakathi kwezwe.+ Yingakho ngikuyala, ngithi, ‘Kufanele umvulele isandla sakho ngokukhululekile umfowenu ohluphekile nompofu ezweni lakini.’+
24 Kukhona osakazayo kodwa nokho owandiswayo;+ nozigodlayo kokulungile, kodwa umphumela uba ukuswela kuphela.+
2 Nika isabelo kwabayisikhombisa, noma ngisho kwabayisishiyagalombili,+ ngoba awazi ukuthi iyiphi inhlekelele eyokwenzeka emhlabeni.+
9 (Njengoba nje kulotshiwe: “Wabile kabanzi, ubaphile abampofu, ukulunga kwakhe kuqhubeka kuze kube phakade.”+