1 Samuweli 22:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Ekugcineni inkosi yathi kuDowegi:+ “Phenduka wena uhlasele abapristi!” Ngokushesha uDowegi umEdomi+ waphenduka wabahlasela ngokwakhe abapristi wabulala+ ngalolo suku amadoda angamashumi ayisishiyagalombili nanhlanu ambatha i-efodi+ lelineni. 1 AmaKhosi 2:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Khona-ke iNkosi uSolomoni yatshelwa: “UJowabe ubalekele etendeni likaJehova, futhi ulapho eceleni kwe-altare.” Ngakho uSolomoni wathumela uBhenaya indodana kaJehoyada, ethi: “Hamba, uyomthelekela!”+ IzAga 19:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ukuthukuthela kwenkosi kuwukugwavuma okunjengokwebhongo lengonyama elinomhlwenga,+ kodwa ukuthakazelelwa yiyo kunjengamazolo phezu kwezimila.+ IzAga 20:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ukwethusa kwenkosi kungukugwavuma okunjengokwebhongo lengonyama elinomhlwenga.+ Noma ubani ozidonsela ukuthukuthela kwayo wona owakhe umphefumulo.+ Daniyeli 3:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Ngaleso sikhathi uNebukhadinezari, ngokuthukuthela nangokufutheka,+ wathi makulethwe uShadiraki, uMeshaki no-Abhedinego.+ Ngenxa yalokho la madoda anamandla alethwa phambi kwenkosi.
18 Ekugcineni inkosi yathi kuDowegi:+ “Phenduka wena uhlasele abapristi!” Ngokushesha uDowegi umEdomi+ waphenduka wabahlasela ngokwakhe abapristi wabulala+ ngalolo suku amadoda angamashumi ayisishiyagalombili nanhlanu ambatha i-efodi+ lelineni.
29 Khona-ke iNkosi uSolomoni yatshelwa: “UJowabe ubalekele etendeni likaJehova, futhi ulapho eceleni kwe-altare.” Ngakho uSolomoni wathumela uBhenaya indodana kaJehoyada, ethi: “Hamba, uyomthelekela!”+
12 Ukuthukuthela kwenkosi kuwukugwavuma okunjengokwebhongo lengonyama elinomhlwenga,+ kodwa ukuthakazelelwa yiyo kunjengamazolo phezu kwezimila.+
2 Ukwethusa kwenkosi kungukugwavuma okunjengokwebhongo lengonyama elinomhlwenga.+ Noma ubani ozidonsela ukuthukuthela kwayo wona owakhe umphefumulo.+
13 Ngaleso sikhathi uNebukhadinezari, ngokuthukuthela nangokufutheka,+ wathi makulethwe uShadiraki, uMeshaki no-Abhedinego.+ Ngenxa yalokho la madoda anamandla alethwa phambi kwenkosi.