Jeremiya 5:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngingakuthethelela kanjani ngenxa yayo kanye le nto? Amadodana akho angishiyile, futhi aqhubeka efunga+ lokho okungeyena uNkulunkulu.+ Ngaqhubeka ngiwanelisa,+ kodwa aqhubeka ephinga,+ futhi aya engamaviyo endlini yowesifazane oyisifebe. Hezekeli 22:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Umuntu wenze into enengekayo nomfazi womngane wakhe,+ futhi umuntu ungcolise umalokazana wakhe ngokuziphatha okubi;+ kuwe umuntu ululaze udadewabo, indodakazi kayise.+ Hoseya 4:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Kuqubuke ukuqalekisa+ nokuqhuba inkohliso+ nokubulala+ nokweba+ nokuphinga,+ futhi izenzo zokuchitha igazi ziye zelakanyana nezinye izenzo zokuchitha igazi.+
7 Ngingakuthethelela kanjani ngenxa yayo kanye le nto? Amadodana akho angishiyile, futhi aqhubeka efunga+ lokho okungeyena uNkulunkulu.+ Ngaqhubeka ngiwanelisa,+ kodwa aqhubeka ephinga,+ futhi aya engamaviyo endlini yowesifazane oyisifebe.
11 Umuntu wenze into enengekayo nomfazi womngane wakhe,+ futhi umuntu ungcolise umalokazana wakhe ngokuziphatha okubi;+ kuwe umuntu ululaze udadewabo, indodakazi kayise.+
2 Kuqubuke ukuqalekisa+ nokuqhuba inkohliso+ nokubulala+ nokweba+ nokuphinga,+ futhi izenzo zokuchitha igazi ziye zelakanyana nezinye izenzo zokuchitha igazi.+