Duteronomi 13:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 akumelwe uwalalele amazwi alowo mprofethi noma lowo mphuphi walelo phupho,+ ngoba uJehova uNkulunkulu wenu uyanivivinya+ ukuze azi ukuthi niyamthanda yini uJehova uNkulunkulu wenu ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo wenu.+ Jeremiya 23:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 “Ngikuzwile lokho abaprofethi abaprofetha amanga egameni lami+ abakushilo, bethi, ‘Ngiphuphile! Ngiphuphile!’+ IsiLilo 2:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Abaprofethi bakho bakubonele embonweni izinto ezingenanzuzo nezinganelisi,+Futhi abazange basembule isiphambeko sakho ukuze banqande ukuthunjwa kwakho,+Kodwa baqhubeka bekubonela emibonweni izimemezelo ezingenanzuzo nezidukisayo.+
3 akumelwe uwalalele amazwi alowo mprofethi noma lowo mphuphi walelo phupho,+ ngoba uJehova uNkulunkulu wenu uyanivivinya+ ukuze azi ukuthi niyamthanda yini uJehova uNkulunkulu wenu ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo wenu.+
25 “Ngikuzwile lokho abaprofethi abaprofetha amanga egameni lami+ abakushilo, bethi, ‘Ngiphuphile! Ngiphuphile!’+
14 Abaprofethi bakho bakubonele embonweni izinto ezingenanzuzo nezinganelisi,+Futhi abazange basembule isiphambeko sakho ukuze banqande ukuthunjwa kwakho,+Kodwa baqhubeka bekubonela emibonweni izimemezelo ezingenanzuzo nezidukisayo.+