Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 28:52
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 52 Impela siyokuvimbezela ngaphakathi kwawo wonke amasango akho zize ziwe izindonga zakho eziphakeme nezinezivikelo eziqinile othembela kuzo kulo lonke izwe lakho, yebo, ngokuqinisekile siyokuvimbezela ngaphakathi kwawo wonke amasango akho kulo lonke izwe lakho, uJehova uNkulunkulu wakho akuniké lona.+

  • 2 AmaKhosi 25:1
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 25 Kwathi ngonyaka wesishiyagalolunye+ eyinkosi, ngenyanga yeshumi ngosuku lweshumi+ lwenyanga, uNebukhadinezari+ inkosi yaseBhabhiloni weza,+ yebo, yena nalo lonke ibutho lakhe lempi bezolwa neJerusalema futhi bakanisa bamelana nalo, bakha udonga lokulivimbezela nxazonke.+

  • Luka 19:43
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 43 Ngoba uzofikelwa izinsuku lapho izitha zakho zizokwakha uthango+ nxazonke zakho ngezigxobo ezicijile+ zikuzungeze+ futhi zikucindezele+ nhlangothi zonke,

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela