IzAga 30:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Kukhona isizukulwane esiqalekisa ngisho noyise futhi esingambusisi ngisho nonina.+ Hezekeli 22:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Kuwe ubaba nomama baphathwe ngendelelo.+ Phakathi kwakho benze ngokumphamba umfokazi.+ Kuwe intandane nomfelokazi bahlukunyeziwe.”’”+ Mathewu 10:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Ngaphezu kwalokho, umuntu+ uyonikela umfowabo ekufeni, noyise umntanakhe, nabantwana bayovukela abazali benze ukuba babulawe.+ Luka 21:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ngaphezu kwalokho, niyonikelwa ngisho nangabazali+ nangabafowenu nayizihlobo nangabangane, futhi bayobulala abanye kini;+
7 Kuwe ubaba nomama baphathwe ngendelelo.+ Phakathi kwakho benze ngokumphamba umfokazi.+ Kuwe intandane nomfelokazi bahlukunyeziwe.”’”+
21 Ngaphezu kwalokho, umuntu+ uyonikela umfowabo ekufeni, noyise umntanakhe, nabantwana bayovukela abazali benze ukuba babulawe.+
16 Ngaphezu kwalokho, niyonikelwa ngisho nangabazali+ nangabafowenu nayizihlobo nangabangane, futhi bayobulala abanye kini;+