Daniyeli 7:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 “‘Umbuso nobubusi nobukhulu bemibuso engaphansi kwawo wonke amazulu kwanikwa abantu abangabangcwele boPhakeme Kunabo Bonke.+ Umbuso wabo ungumbuso omi kuze kube nini nanini,+ futhi yonke imibuso iyobakhonza futhi ibalalele.’+ Luka 22:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 ngenza isivumelwano nani, njengoba nje uBaba enze isivumelwano+ sombuso+ nami, Hebheru 12:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Ngakho-ke, njengoba sizokwamukela umbuso ongenakunyakaziswa,+ masiqhubeke sinomusa ongafanelwe, esinganikela ngawo inkonzo engcwele ngendlela eyamukelekayo kuNkulunkulu ngokwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu nangokuthuthumela.+ Jakobe 2:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Lalelani, bazalwane abathandekayo. UNkulunkulu wakhetha abampofu+ ngokwezwe ukuba babe abacebile+ okholweni nezindlalifa zombuso, awuthembisa labo abamthandayo,+ akunjalo? IsAmbulo 1:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 wasenza saba ngumbuso,+ abapristi+ kuNkulunkulu wakhe noYise—yebo, inkazimulo namandla makube kuye kuze kube phakade.+ Amen.
27 “‘Umbuso nobubusi nobukhulu bemibuso engaphansi kwawo wonke amazulu kwanikwa abantu abangabangcwele boPhakeme Kunabo Bonke.+ Umbuso wabo ungumbuso omi kuze kube nini nanini,+ futhi yonke imibuso iyobakhonza futhi ibalalele.’+
28 Ngakho-ke, njengoba sizokwamukela umbuso ongenakunyakaziswa,+ masiqhubeke sinomusa ongafanelwe, esinganikela ngawo inkonzo engcwele ngendlela eyamukelekayo kuNkulunkulu ngokwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu nangokuthuthumela.+
5 Lalelani, bazalwane abathandekayo. UNkulunkulu wakhetha abampofu+ ngokwezwe ukuba babe abacebile+ okholweni nezindlalifa zombuso, awuthembisa labo abamthandayo,+ akunjalo?
6 wasenza saba ngumbuso,+ abapristi+ kuNkulunkulu wakhe noYise—yebo, inkazimulo namandla makube kuye kuze kube phakade.+ Amen.