1 Petru 2:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 nani ngokwenu njengamatshe aphilayo niyakhiwa nibe indlu engokomoya+ ngenjongo yokuba nibe ubupristi obungcwele, ukuze ninikele imihlatshelo engokomoya+ eyamukelekayo kuNkulunkulu ngoJesu Kristu.+ IsAmbulo 5:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 wabenza babe ngumbuso+ nabapristi+ kuNkulunkulu wethu,+ futhi bayobusa njengamakhosi+ phezu komhlaba.” IsAmbulo 20:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Uyajabula+ futhi ungcwele+ noma ubani onesabelo ovukweni lokuqala; ukufa kwesibili+ akunalo igunya phezu kwabo,+ kodwa bayoba ngabapristi+ bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse njengamakhosi kanye naye iminyaka eyinkulungwane.+
5 nani ngokwenu njengamatshe aphilayo niyakhiwa nibe indlu engokomoya+ ngenjongo yokuba nibe ubupristi obungcwele, ukuze ninikele imihlatshelo engokomoya+ eyamukelekayo kuNkulunkulu ngoJesu Kristu.+
10 wabenza babe ngumbuso+ nabapristi+ kuNkulunkulu wethu,+ futhi bayobusa njengamakhosi+ phezu komhlaba.”
6 Uyajabula+ futhi ungcwele+ noma ubani onesabelo ovukweni lokuqala; ukufa kwesibili+ akunalo igunya phezu kwabo,+ kodwa bayoba ngabapristi+ bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse njengamakhosi kanye naye iminyaka eyinkulungwane.+