Eksodusi 17:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 ethi: “Ngenxa yokuthi isandla sika-Amaleki silwa nesihlalo sobukhosi sikaJah, + uJehova uyokulwa naye nazo zonke izizukulwane zakhe ezizayo.” + Duteronomi 25:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle, + kufanele wenze ukuba u-Amaleki angaphinde akhunjulwe phansi kwamazulu. + Ungakhohlwa. 1 Samuweli 15:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Nokho, uSawule wathi kuSamuweli: “Kodwa ngililalelile izwi likaJehova! Ngiyile lapho uJehova engithume khona, ngabuya no-Agagi inkosi yama-Amaleki, ngawaqothula ama-Amaleki. + 1 Samuweli 30:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Lapho uDavide namadoda ayekanye naye befika eZikilagi + ngosuku lwesithathu, bathola ukuthi ama-Amaleki + ayephange eningizimu* naseZikilagi, ahlasela iZikilagi alishisa ngomlilo.
16 ethi: “Ngenxa yokuthi isandla sika-Amaleki silwa nesihlalo sobukhosi sikaJah, + uJehova uyokulwa naye nazo zonke izizukulwane zakhe ezizayo.” +
19 Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle, + kufanele wenze ukuba u-Amaleki angaphinde akhunjulwe phansi kwamazulu. + Ungakhohlwa.
20 Nokho, uSawule wathi kuSamuweli: “Kodwa ngililalelile izwi likaJehova! Ngiyile lapho uJehova engithume khona, ngabuya no-Agagi inkosi yama-Amaleki, ngawaqothula ama-Amaleki. +
30 Lapho uDavide namadoda ayekanye naye befika eZikilagi + ngosuku lwesithathu, bathola ukuthi ama-Amaleki + ayephange eningizimu* naseZikilagi, ahlasela iZikilagi alishisa ngomlilo.