13 Yizwani nina enithi: “Namuhla noma kusasa sizoya kuleli dolobha sihlale unyaka khona, futhi sizoqhuba ibhizinisi sithole inzuzo,” + 14 nibe ningazi ukuthi ukuphila kwenu kuyoba njani kusasa. + Ngoba niyinkungu ebonakala isikhashana bese inyamalala. +