IzAga 24:21, 22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Ndodana yami yesaba uJehova nenkosi. + Ungazihlanganisi nabantu abaphikisayo, *+22 Ngoba inhlekelele iyobehlela ngokuphazima kweso. + Kwazi bani ukuthi bobabili* bayobalethela yiphi inhlekelele? + Roma 13:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Wonke umuntu makazithobe emagunyeni aphakeme, + ngoba alikho igunya elingaveli kuNkulunkulu; + amagunya akhona ami ezikhundleni zawo ezilinganiselwe evunyelwe uNkulunkulu. + Thithu 3:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Qhubeka ubakhumbuza ukuba bazithobe futhi balalele ohulumeni neziphathimandla, + ukuba balungele yonke imisebenzi emihle, 1 Petru 2:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngenxa yeNkosi zithobeni kuwo wonke amagunya abekwe ngabantu, *+ kungaba senkosini + njengephakeme
21 Ndodana yami yesaba uJehova nenkosi. + Ungazihlanganisi nabantu abaphikisayo, *+22 Ngoba inhlekelele iyobehlela ngokuphazima kweso. + Kwazi bani ukuthi bobabili* bayobalethela yiphi inhlekelele? +
13 Wonke umuntu makazithobe emagunyeni aphakeme, + ngoba alikho igunya elingaveli kuNkulunkulu; + amagunya akhona ami ezikhundleni zawo ezilinganiselwe evunyelwe uNkulunkulu. +
3 Qhubeka ubakhumbuza ukuba bazithobe futhi balalele ohulumeni neziphathimandla, + ukuba balungele yonke imisebenzi emihle,
13 Ngenxa yeNkosi zithobeni kuwo wonke amagunya abekwe ngabantu, *+ kungaba senkosini + njengephakeme