Luka 10:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngakho hlalani kuleyo ndlu, + nidle futhi niphuze izinto abaninika zona, + ngoba isisebenzi sifanelwe umholo waso. + Ningagcogcomi indlu ngendlu. 1 Korinte 9:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Yiliphi isosha elike likhonze ngezindleko zalo siqu? Ubani otshala insimu yamagilebhisi kodwa angasidli isithelo sayo? + Noma, ubani owalusa umhlambi kodwa angaluphuzi ubisi lomhlambi? 1 Korinte 9:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngale ndlela futhi, iNkosi yayala ukuba labo abamemezela izindaba ezinhle baphile ngezindaba ezinhle. +
7 Ngakho hlalani kuleyo ndlu, + nidle futhi niphuze izinto abaninika zona, + ngoba isisebenzi sifanelwe umholo waso. + Ningagcogcomi indlu ngendlu.
7 Yiliphi isosha elike likhonze ngezindleko zalo siqu? Ubani otshala insimu yamagilebhisi kodwa angasidli isithelo sayo? + Noma, ubani owalusa umhlambi kodwa angaluphuzi ubisi lomhlambi?
14 Ngale ndlela futhi, iNkosi yayala ukuba labo abamemezela izindaba ezinhle baphile ngezindaba ezinhle. +