Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 10:9, 10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Ningaphathi golide nasiliva nathusi esikhwameni senu semali esisebhandeni, + 10 nasikhwama somphako, nazingubo ezimbili,* nazimbadada naludondolo, + ngoba isisebenzi sifanelwe ukudla kwaso. +

  • 1 Korinte 9:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Uma sihlwanyele izinto ezivela kuNkulunkulu kini, kungaba kubi yini ukuthola izinto zokunakekela izidingo zethu kini? +

  • 1 Korinte 9:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngale ndlela futhi, iNkosi yayala ukuba labo abamemezela izindaba ezinhle baphile ngezindaba ezinhle. +

  • 1 Thimothewu 5:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Ngoba umbhalo uthi, “Ungayivali umlomo ngesifonyo inkabi lapho ibhula ukudla okusanhlamvu,” + uthi futhi, “Isisebenzi sifanelwe umholo waso.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela