Mathewu 10:9, 10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ningaphathi golide nasiliva nathusi esikhwameni senu semali esisebhandeni, + 10 nasikhwama somphako, nazingubo ezimbili,* nazimbadada naludondolo, + ngoba isisebenzi sifanelwe ukudla kwaso. + Luka 10:7, 8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngakho hlalani kuleyo ndlu, + nidle futhi niphuze izinto abaninika zona, + ngoba isisebenzi sifanelwe umholo waso. + Ningagcogcomi indlu ngendlu. 8 “Nomaphi lapho ningena edolobheni futhi benamukela, yidlani okubekwe phambi kwenu,
9 Ningaphathi golide nasiliva nathusi esikhwameni senu semali esisebhandeni, + 10 nasikhwama somphako, nazingubo ezimbili,* nazimbadada naludondolo, + ngoba isisebenzi sifanelwe ukudla kwaso. +
7 Ngakho hlalani kuleyo ndlu, + nidle futhi niphuze izinto abaninika zona, + ngoba isisebenzi sifanelwe umholo waso. + Ningagcogcomi indlu ngendlu. 8 “Nomaphi lapho ningena edolobheni futhi benamukela, yidlani okubekwe phambi kwenu,