Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 24:30
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 30 Khona-ke isibonakaliso seNdodana yomuntu siyobonakala ezulwini, zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zisosizini, + futhi ziyobona iNdodana yomuntu + iza iphezu kwamafu ezulu inamandla nenkazimulo enkulu. +

  • Mathewu 26:64
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 64 UJesu wathi kuye: “Wena ngokwakho ushilo. Kodwa mina ngithi kini: Kusukela manje kuqhubeke nizobona iNdodana yomuntu + ihlezi ngakwesokudla sikaNkulunkulu Onamandla + iza iphezu kwamafu ezulu.” +

  • Luka 21:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Ngemva kwalokho bayobona iNdodana yomuntu + iza ngefu inamandla nenkazimulo enkulu. +

  • IsAmbulo 1:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Bhekani! Uyeza kanye namafu, + wonke amehlo ayombona, nalabo abamgwaza; zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zilusizi ngenxa yakhe. + Yebo, Amen.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela