Roma 8:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngoba labo abaphila ngokuvumelana nenyama babeka izingqondo zabo ezintweni zenyama, + kodwa labo abaphila ngokuvumelana nomoya bazibeka ezintweni zomoya. + Roma 8:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 ngoba uma niphila ngokuvumelana nenyama, nakanjani niyokufa; kodwa uma nibulala imisebenzi yenyama *+ ngomoya, niyophila. +
5 Ngoba labo abaphila ngokuvumelana nenyama babeka izingqondo zabo ezintweni zenyama, + kodwa labo abaphila ngokuvumelana nomoya bazibeka ezintweni zomoya. +
13 ngoba uma niphila ngokuvumelana nenyama, nakanjani niyokufa; kodwa uma nibulala imisebenzi yenyama *+ ngomoya, niyophila. +