Roma 8:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Lokho uMthetho owahluleka ukukwenza + ngenxa yokuthi wawubuthakathaka + ngenxa yenyama, uNkulunkulu wakwenza ngokuthumela iNdodana yakhe siqu + isesimweni senyama enesono + nangokuphathelene nesono, walahla isono esisenyameni, Hebheru 9:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Leli tende liwumfanekiso wesikhathi samanje, + futhi ngokwaleli lungiselelo, kunikelwa izipho kanye nemihlatshelo. + Nokho, lokhu akukwazi ukwenza unembeza womuntu owenza inkonzo engcwele uphelele. + Hebheru 13:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ningadukiswa yizimfundiso ezihlukahlukene nezingaziwa, ngoba kungcono ukuba inhliziyo iqiniswe ngomusa omkhulu, kunokuba iqiniswe ngokudliwayo,* okungabazuzisi labo abalibele yikho. +
3 Lokho uMthetho owahluleka ukukwenza + ngenxa yokuthi wawubuthakathaka + ngenxa yenyama, uNkulunkulu wakwenza ngokuthumela iNdodana yakhe siqu + isesimweni senyama enesono + nangokuphathelene nesono, walahla isono esisenyameni,
9 Leli tende liwumfanekiso wesikhathi samanje, + futhi ngokwaleli lungiselelo, kunikelwa izipho kanye nemihlatshelo. + Nokho, lokhu akukwazi ukwenza unembeza womuntu owenza inkonzo engcwele uphelele. +
9 Ningadukiswa yizimfundiso ezihlukahlukene nezingaziwa, ngoba kungcono ukuba inhliziyo iqiniswe ngomusa omkhulu, kunokuba iqiniswe ngokudliwayo,* okungabazuzisi labo abalibele yikho. +