Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 16
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

IzEnzo Okuphakathi

      • UPawulu ukhetha uThimothewu (1-5)

      • Umbono wendoda yaseMakedoniya (6-10)

      • Ukuphenduka kukaLidiya eFilipi (11-15)

      • UPawulu noSila bayaboshwa (16-24)

      • Unogada wasejele nomndeni wakhe bayabhapathizwa (25-34)

      • UPawulu uthi mabaxolise obala (35-40)

IzEnzo 16:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 14:5-7; 2Ti 3:11
  • +IzE 19:22; Rom 16:21; 1Ko 4:17; 1Th 3:2; 1Ti 1:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 122

    INqabayokulinda,

    11/1/2015, k. 9

    6/15/1990, k. 14

IzEnzo 16:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 122

    INqabayokulinda,

    11/1/2015, k. 14

    12/15/2009, k. 11

    5/15/2009, k. 14

    6/15/1990, k. 14

IzEnzo 16:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 9:20

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 122

    INqabayokulinda,

    11/1/2015, k. 14

    5/15/2008, k. 32

    12/1/2003, k. 20

    6/15/1990, k. 14

    11/15/1989, kk. 11-12

IzEnzo 16:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 15:28, 29

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 123

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 54

IzEnzo 16:5

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 123

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 54

    INqabayokulinda,

    6/15/1990, k. 14

IzEnzo 16:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 18:23

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 125

    INqabayokulinda,

    1/15/2012, kk. 9-10

    5/15/2008, k. 32

    6/15/1990, k. 15

    8/1/1987, kk. 12-13

IzEnzo 16:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Pe 1:1

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 125-126

    INqabayokulinda,

    1/15/2012, kk. 9-10

    5/15/2008, k. 32

    8/1/1987, kk. 12-13

IzEnzo 16:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “badabula.”

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 125-126

    INqabayokulinda,

    1/15/2012, kk. 9-10

IzEnzo 16:9

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 126

    INqabayokulinda,

    1/15/2012, kk. 9-10

    I-Phaphama!,

    8/22/1997, kk. 16-17

IzEnzo 16:10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 12, 126

    INqabayokulinda,

    11/15/2007, kk. 18-19

IzEnzo 16:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 124

    I-Phaphama!,

    8/22/1997, kk. 16-18

IzEnzo 16:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Flp 1:1

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    I-Phaphama!,

    8/22/1997, kk. 16-18

    INqabayokulinda,

    9/15/1996, k. 27

    6/15/1990, kk. 15-16

    “Yonke ImiBhalo,” k. 223

IzEnzo 16:13

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/15/1996, k. 27

    6/15/1990, kk. 15-16

    I-Phaphama!,

    3/22/1991, kk. 26-27

IzEnzo 16:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo Zezincwadi

  • +IsA 1:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 132

    INqabayokulinda,

    9/15/1996, kk. 26-28

    6/15/1990, kk. 15-16

IzEnzo 16:15

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 16:33; 18:8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 132

    INqabayokulinda,

    3/15/2007, k. 32

    9/15/1996, kk. 27-28

    UMfundisi Omkhulu, k. 95

IzEnzo 16:16

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngokusebenzisa ubuciko bokubikezela.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 19:31; 20:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/1/1995, k. 7

    6/15/1990, k. 16

    Ungaphila Phakade, kk. 95-96

IzEnzo 16:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 1:23, 24; Luk 4:41

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/1/1994, k. 31

    6/15/1990, k. 16

IzEnzo 16:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 17:18; Mar 1:25, 26, 34; Luk 9:1; 10:17

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/1/1995, k. 7

    4/1/1994, k. 31

    6/15/1990, k. 16

IzEnzo 16:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 19:24, 25
  • +Mat 10:18

IzEnzo 16:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 17:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele, k. 1937

    INqabayokulinda,

    9/15/1996, k. 28

    I-Phaphama!,

    3/22/1991, k. 27

IzEnzo 16:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Th 2:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 129

    INqabayokulinda,

    2/15/1999, k. 27

IzEnzo 16:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 21:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/15/1999, k. 27

IzEnzo 16:24

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Yinto eyayakhiwe ngamapulangwe yokubopha umuntu kufakwe intamo, izandla nezinyawo ukuze ahlale kabuhlungu.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 129

    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele, k. 1948

    INkonzo YoMbuso,

    2/2000, k. 5

    INqabayokulinda,

    2/15/1999, k. 27

    6/15/1990, k. 16

IzEnzo 16:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +Efe 5:19; Kol 3:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 130

    INqabayokulinda,

    8/1/2012, k. 29

    2/15/1999, kk. 27-28

    6/15/1990, kk. 16-17

IzEnzo 16:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 5:18-20; 12:7

IzEnzo 16:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 12:18, 19

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    6/15/1990, kk. 16-17

    5/15/1990, k. 25

IzEnzo 16:28

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/15/2002, kk. 25-26

IzEnzo 16:30

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 130

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    5/2018, kk. 19-20

    INqabayokulinda,

    9/15/1989, kk. 3-4

    Ukubonisana, kk. 255-256

IzEnzo 16:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 3:16; 6:47

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 140

    I-Phaphama!,

    5/22/1990, k. 14

    INqabayokulinda,

    9/15/1989, kk. 4, 5-6

    Ukubonisana, kk. 255-256

IzEnzo 16:32

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 130

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    3/2018, k. 10

    INqabayokulinda,

    9/15/1989, kk. 3-4

    Ukubonisana, kk. 255-256

IzEnzo 16:33

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 8:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 110

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 130

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    3/2018, k. 10

IzEnzo 16:37

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngaphandle kokuquliswa icala.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 22:25; 23:27

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    3/1/2015, k. 12

    6/15/1990, kk. 16-17

IzEnzo 16:38

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 22:27-29

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 131

IzEnzo 16:40

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 1:3, 4

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 132

    INqabayokulinda,

    9/15/1996, k. 28

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

IzE. 16:1IzE 14:5-7; 2Ti 3:11
IzE. 16:1IzE 19:22; Rom 16:21; 1Ko 4:17; 1Th 3:2; 1Ti 1:2
IzE. 16:31Ko 9:20
IzE. 16:4IzE 15:28, 29
IzE. 16:6IzE 18:23
IzE. 16:71Pe 1:1
IzE. 16:12Flp 1:1
IzE. 16:14IsA 1:11
IzE. 16:15IzE 16:33; 18:8
IzE. 16:16Lev 19:31; 20:6
IzE. 16:17Mar 1:23, 24; Luk 4:41
IzE. 16:18Mat 17:18; Mar 1:25, 26, 34; Luk 9:1; 10:17
IzE. 16:19IzE 19:24, 25
IzE. 16:19Mat 10:18
IzE. 16:20IzE 17:6
IzE. 16:221Th 2:2
IzE. 16:23Luk 21:12
IzE. 16:25Efe 5:19; Kol 3:16
IzE. 16:26IzE 5:18-20; 12:7
IzE. 16:27IzE 12:18, 19
IzE. 16:31Joh 3:16; 6:47
IzE. 16:33IzE 8:12
IzE. 16:37IzE 22:25; 23:27
IzE. 16:38IzE 22:27-29
IzE. 16:402Ko 1:3, 4
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: INguqulo Yezwe Elisha (bi12)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
  • 35
  • 36
  • 37
  • 38
  • 39
  • 40
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IzEnzo 16:1-40

IzEnzo ZabaPhostoli

16 Wafika eDerbe naseListra. + Kwakukhona umfundi ogama lakhe linguThimothewu, + indodana yowesifazane okholwayo ongumJuda kodwa uyise engumGreki, 2 abazalwane baseListra nase-Ikoniyu babekhuluma kahle ngaye. 3 UPawulu waveza isifiso sokuba uThimothewu ahambe naye, wamthatha wamsoka ngenxa yamaJuda ayekulezo zindawo, + ngoba wonke ayazi ukuthi uyise ungumGreki. 4 Njengoba behamba bedabula amadolobha, babedlulisela kubazalwane lokho okwakunqunywe abaphostoli namadoda amadala eJerusalema ukuze bakugcine. + 5 Ngakho amabandla aqhubeka eqiniswa okholweni futhi anda ngesibalo usuku nosuku.

6 Ngaphezu kwalokho, badabula iFrigiya nezwe laseGalathiya, + ngoba umoya ongcwele wawubanqabele ukuba bakhulume izwi likaNkulunkulu esifundazweni sase-Asiya. 7 Ngaphezu kwalokho, lapho befika eMisiya, benza imizamo yokuya eBhithiniya, + kodwa umoya kaJesu awuzange ubavumele. 8 Ngakho badlula* eMisiya behlela eTrowa. 9 Ebusuku kwabonakala umbono kuPawulu—indoda yaseMakedoniya yayimile imncenga ithi: “Welela eMakedoniya usisize.” 10 Ngokushesha nje lapho esebone lowo mbono, sazama ukuya eMakedoniya, sifinyelela isiphetho sokuthi uNkulunkulu wayesibizele ukumemezela izindaba ezinhle kubo.

11 Ngakho sathatha uhambo lwasolwandle sisuka eTrowa sahamba ngendlela eqondile saya eSamotrake, kodwa ngosuku olulandelayo saya eNeyapholi; 12 ukusuka lapho saya eFilipi, + ikoloni eliyidolobha eliyinhloko lesifunda saseMakedoniya. Sahlala kulelo dolobha izinsuku ezithile. 13 Ngosuku lweSabatha saphumela ngaphandle kwesango saya eceleni komfula, lapho esasicabanga ukuthi kunendawo yokuthandaza khona, sahlala phansi sakhuluma nabesifazane ababehlangene. 14 Owesifazane ogama lakhe linguLidiya, umthengisi wokuphephuli wasedolobheni laseThiyathira + noyisikhonzi sikaNkulunkulu, wayelalele, uJehova* wayivula kakhulu inhliziyo yakhe ukuze anake izinto ezazishiwo uPawulu. 15 Lapho yena nendlu yakhe bebhapathizwa, + wasincenga wathi: “Uma ningibheka njengothembekile kuJehova,* wozani nihlale endlini yami.” Waphikelela ethi masihambe naye.

16 Njengoba sasiya endaweni yokuthandaza, sahlangana nentombazane eyinceku eyayinomoya, idemoni lokubhula. + Yayinikeza amakhosi ayo inzuzo enkulu ngokubikezela ngekusasa.* 17 Le ntombazane yayilokhu ilandela uPawulu nathi, imemeza ithi: “Laba bantu bayizinceku zikaNkulunkulu oPhezukonke, + bamemezela kini indlela yensindiso.” 18 Lokhu yayilokhu ikwenza izinsuku eziningi. Ekugcineni uPawulu wakhathala ukuzwa lokho, waphenduka wathi kulo moya: “Ngikuyala egameni likaJesu Kristu ukuba uphume kuye.” Waphuma ngalo kanye lelo hora. +

19 Nokho, lapho labo eyayibasebenzela bebona ukuthi babengeke besayenza imali, + babamba uPawulu noSila babahudulela emakethe kubabusi. + 20 Babahola babayisa ezimantshini zomphakathi, bathi: “Laba bantu baliphazamisa kakhulu idolobha lakithi. + BangamaJuda, 21 bamemezela amasiko okungekho emthethweni ukuba siwamukele noma siwenze, njengoba thina singamaRoma.” 22 Isixuku sabavukela kanyekanye, kwathi izimantshi zomphakathi, ngemva kokubahlubula izingubo zabo, zakhipha umyalo wokuba bashaywe ngezinduku. + 23 Ngemva kokuba sebebashaye imivimbo eminingi, babaphonsa ejele, bayala unogada wasejele ukuba abagadisise. + 24 Ngenxa yokuthi wayethole lowo myalo, wabaphonsa ejele elingaphakathi, wabophela izinyawo zabo ezitokisini* waziqinisa.

25 Kodwa cishe phakathi nobusuku, uPawulu noSila babethandaza futhi bedumisa uNkulunkulu ngengoma, + iziboshwa zazibalalele. 26 Kungazelelwe kwaba khona ukuzamazama okukhulu komhlaba, kangangokuthi izisekelo zejele zazamazama. Ngaphezu kwalokho, yonke iminyango yavuleka ngaso leso sikhathi, izibopho zabo bonke zaqaqeka. + 27 Lapho unogada wasejele evuka, ebona ukuthi iminyango yejele ivulekile, wahosha inkemba yakhe esethi uyazibulala, ecabanga ukuthi iziboshwa zeqile. + 28 Kodwa uPawulu wamemeza kakhulu, ethi: “Ungazilimazi ngoba sikhona sonke!” 29 Ngakho wathi makukhanyiswe, wagijimela ngaphakathi, ebanjwe ukuthuthumela, wawa phansi phambi kukaPawulu noSila. 30 Wabakhiphela ngaphandle wathi: “Banumzane, yini okumele ngiyenze ukuze ngisindiswe?” 31 Bathi: “Yiba nokholo eNkosini uJesu, uzosindiswa wena nomndeni wakho.” + 32 Babe sebekhuluma izwi likaJehova* kuye nakubo bonke ababesendlini yakhe. 33 Wabathatha ngalelo hora lobusuku wageza izilonda zabo. Yena nabo bonke abomndeni wakhe babhapathizwa ngaphandle kokulibala. + 34 Wabangenisa endlini yakhe wabadekela itafula, wajabula kakhulu nabo bonke abomndeni wakhe njengoba ayesekholelwa kuNkulunkulu.

35 Lapho sekusile, izimantshi zomphakathi zathumela onogada ukuba bathi: “Khulula labo bantu.” 36 Unogada wasejele wabikela uPawulu amazwi abo: “Izimantshi zomphakathi zithumele umyalo wokuba nina nobabili nikhululwe. Ngakho phumani manje nihambe ngokuthula.” 37 Kodwa uPawulu wathi kubo: “Basibhambabule obala singalahlwanga yicala,* sibe singamaRoma, + basiphonsa ejele. Manje sebesikhipha ngasese? Akukwazi! Mabeze bona bazosikhipha.” 38 Onogada babikela izimantshi zomphakathi la mazwi. Zafikelwa ukwesaba lapho zizwa ukuthi laba bantu babengamaRoma. + 39 Ngakho zaya kubo zabancenga, ngemva kokubakhipha, zabacela ukuba bahambe kulelo dolobha. 40 Kodwa baphuma ejele baya emzini kaLidiya; lapho bebona abazalwane, babakhuthaza + base beyahamba.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela