Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Petru 2
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

2 Petru Okuphakathi

      • Kuyoba khona abafundisi bamanga (1-3)

      • Abafundisi bamanga bayokwahlulelwa nakanjani (4-10a)

        • Izingelosi ziphonswa eThartharusi (4)

        • Uzamcolo; iSodoma neGomora (5-7)

      • Izinto ababonakala ngazo abafundisi bamanga (10b-22)

2 Petru 2:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 24:24; 1Ti 4:1
  • +1Ko 6:20

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    7/15/2011, kk. 15-16

    3/1/2006, k. 6

    9/1/2004, k. 15

    9/1/1997, kk. 13-14

    6/15/1987, k. 29

    Abamemezeli, kk. 33-34

    Izwi LikaNkulunkulu, kk. 26-27

2 Petru 2:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “izenzo zabo zokuziphatha okuyichilo.” Inkulumo esebuningini yegama lesiGreki elithi a·selʹgei·a. Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 4
  • +Isay 52:5

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, k. 14

    Izwi LikaNkulunkulu, kk. 26-27, 32-35

2 Petru 2:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 4
  • +2Pe 3:9

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    7/15/2011, kk. 15-16

    9/1/2004, k. 15

    9/1/1997, kk. 14-15

    3/15/1986, k. 14

2 Petru 2:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

  • *

    Noma kungaba, “emigodini.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 6:4; Efe 6:12
  • +1Pe 3:19, 20
  • +Jud 6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 47

    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele, k. 1949

    INqabayokulinda,

    11/15/2008, k. 22

    1/15/2006, k. 7

    12/15/2003, k. 28

    9/1/1997, k. 15

    3/15/1991, k. 31

    4/15/1990, k. 14

2 Petru 2:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 7:23
  • +Gen 6:9; Heb 11:7
  • +Gen 8:18
  • +2Pe 3:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    10/2021, kk. 26-27

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    5/2018, k. 19

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    1/2017, k. 9

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    10/2016, kk. 27-28

    INqabayokulinda,

    4/1/2013, k. 14

    6/1/2008, k. 6

    12/15/2003, k. 18

    10/1/2003, kk. 20-21

    11/15/2001, k. 30

    12/15/1998, kk. 10-11

    10/15/1997, k. 29

    9/1/1997, k. 15

    2/15/1995, k. 13

    9/15/1992, k. 23

    4/15/1990, kk. 11, 13

    10/1/1989, kk. 11, 14

    Lingisa, k. 20

    Ukuthula, kk. 89-90

2 Petru 2:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 19:24, 25
  • +Jud 7

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/2003, kk. 20-21

    9/1/1997, k. 15

    4/15/1990, kk. 16-21

2 Petru 2:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yokuziphatha okuyichilo.” NgesiGreki, a·selʹgei·a. Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 19:15, 16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele, k. 1926

    INqabayokulinda,

    4/15/1990, kk. 16-21

2 Petru 2:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/15/1990, kk. 16-21

2 Petru 2:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

  • *

    NgesiGreki “banqunywe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 34:19; 1Ko 10:13; 2Ti 4:18; IsA 3:10
  • +Rom 2:5; 2Pe 3:7

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/15/2012, kk. 22-26

    4/15/1990, kk. 10-15, 16-21

2 Petru 2:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ababubukela phansi ubukhosi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 7
  • +Eks 22:28; Jud 8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/15/2008, k. 22

    6/15/2000, k. 16

    9/1/1997, kk. 15-16

2 Petru 2:11

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “yokuhlonipha phambi.”

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 9

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    5/15/2009, k. 23

    6/15/2000, k. 16

    9/1/1997, k. 16

    I-Phaphama!,

    6/8/2003, k. 14

2 Petru 2:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ezingenangqondo ngokwemvelo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 10

2 Petru 2:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “bathola injabulo echichimayo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 13:13
  • +Jud 12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, kk. 16-17

    5/1/1986, kk. 18-19

2 Petru 2:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 5:28

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, kk. 16-17

2 Petru 2:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 22:5, 6; Jud 11; IsA 2:14
  • +Num 22:7; Neh 13:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, k. 17

2 Petru 2:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Num 22:31, 34; 31:8
  • +Num 22:28

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, k. 17

2 Petru 2:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 12, 13

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, kk. 17-18

2 Petru 2:18

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “nangezenzo zokuziphatha okuyichilo.” Inkulumo esebuningini yegama lesiGreki elithi a·selʹgei·a. Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jud 16
  • +2Pe 2:14

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, kk. 17-18

2 Petru 2:19

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “onqotshwa okuthile, uyisigqila sako.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Pe 2:16
  • +Rom 6:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/1997, kk. 17-18

    I-Phaphama!,

    3/22/1990, k. 27

2 Petru 2:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Pe 1:4
  • +Heb 6:4-6; 10:26

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    3/15/2006, k. 31

    9/1/1997, k. 18

    12/1/1989, kk. 13-14

2 Petru 2:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 12:47; Joh 15:22

2 Petru 2:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ebuhlanzweni bayo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzA 26:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/15/1989, kk. 8-9

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

2 Pet. 2:1Mat 24:24; 1Ti 4:1
2 Pet. 2:11Ko 6:20
2 Pet. 2:2Jud 4
2 Pet. 2:2Isay 52:5
2 Pet. 2:3Jud 4
2 Pet. 2:32Pe 3:9
2 Pet. 2:4Gen 6:4; Efe 6:12
2 Pet. 2:41Pe 3:19, 20
2 Pet. 2:4Jud 6
2 Pet. 2:5Gen 7:23
2 Pet. 2:5Gen 6:9; Heb 11:7
2 Pet. 2:5Gen 8:18
2 Pet. 2:52Pe 3:6
2 Pet. 2:6Gen 19:24, 25
2 Pet. 2:6Jud 7
2 Pet. 2:7Gen 19:15, 16
2 Pet. 2:9IHu 34:19; 1Ko 10:13; 2Ti 4:18; IsA 3:10
2 Pet. 2:9Rom 2:5; 2Pe 3:7
2 Pet. 2:10Jud 7
2 Pet. 2:10Eks 22:28; Jud 8
2 Pet. 2:11Jud 9
2 Pet. 2:12Jud 10
2 Pet. 2:13Rom 13:13
2 Pet. 2:13Jud 12
2 Pet. 2:14Mat 5:28
2 Pet. 2:15Num 22:5, 6; Jud 11; IsA 2:14
2 Pet. 2:15Num 22:7; Neh 13:2
2 Pet. 2:16Num 22:31, 34; 31:8
2 Pet. 2:16Num 22:28
2 Pet. 2:17Jud 12, 13
2 Pet. 2:18Jud 16
2 Pet. 2:182Pe 2:14
2 Pet. 2:191Pe 2:16
2 Pet. 2:19Rom 6:16
2 Pet. 2:202Pe 1:4
2 Pet. 2:20Heb 6:4-6; 10:26
2 Pet. 2:21Luk 12:47; Joh 15:22
2 Pet. 2:22IzA 26:11
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: INguqulo Yezwe Elisha (bi12)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
2 Petru 2:1-22

Eyesibili KaPetru

2 Nokho, kwaba khona nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengoba beyoba khona abafundisi bamanga naphakathi kwenu. + Laba bayongenisa ngesinyenyela amahlelo ayoqeda ukholo lwenu futhi bayophika ngisho nomnikazi owabathenga, + ngenxa yalokho bayobhujiswa ngokushesha. 2 Ngaphezu kwalokho, abaningi bayolandela izenzo zabo zokuziphatha kabi okuhambisana nendelelo, *+ futhi ngenxa yabo indlela yeqiniso iyohlanjalazwa. + 3 Ngobugovu bayonixhaphaza ngamazwi enkohliso. Kodwa isahlulelo sabo, esanqunywa kudala, + asibahambeli kancane futhi ukubhujiswa kwabo akozeli. +

4 Ngokuqinisekile uNkulunkulu akayekanga ukujezisa izingelosi ezona, + kodwa waziphonsa eThartharusi, *+ ezibopha ngamaketanga* obumnyama obukhulu ukuze zigcinelwe ukwahlulelwa. + 5 Akayekanga nokujezisa izwe lasendulo, + kodwa wagcina uNowa, umshumayeli wokulunga, + ephephile nabanye abayisikhombisa + lapho eletha uzamcolo ezweni labantu abangamhloniphi uNkulunkulu. + 6 Futhi washisa amadolobha aseSodoma naseGomora aba umlotha, wawalahla, + ebekela abantu abangamhloniphi uNkulunkulu isibonelo sezinto ezizayo. + 7 Wakhulula uLoti olungile, + owayecindezeleke kakhulu ngenxa yokuziphatha kabi okuhambisana nendelelo* kwabantu abangenamthetho— 8 ngoba usuku nosuku lowo muntu olungile wayehlupha umphefumulo* wakhe olungile ngenxa yezenzo zokungabi namthetho azibona nazizwa ngesikhathi esahlala phakathi kwabo. 9 Ngakho uJehova* uyayazi indlela yokubakhulula ekulingweni abantu abazinikele kuye, + kodwa agcine abantu abangalungile ukuze babhujiswe* ngosuku lokwahlulelwa, + 10 ikakhulukazi labo abazitika ngocansi nabanye ukuze babangcolise + kanye nalabo abangalihloniphi igunya. *+

Njengoba benamagangangozi futhi benenkani, abesabi ukuhlambalaza abakhazimulayo, 11 kanti izingelosi, nakuba zinezikhwepha namandla amakhulu kunabo, aziziletheli icala ngamazwi ahlambalazayo, ngenxa yokuhlonipha* uJehova. *+ 12 Kodwa laba bantu, njengezilwane ezingenangqondo ezilandela umuzwa wemvelo* futhi ezizalelwa ukuba zibanjwe zibulawe, bakhuluma amazwi okuhlambalaza ngezinto abangenalwazi ngazo. + Bayobhujiswa ngenxa yenkambo yabo embi, 13 bajeziswe njengomphumela wezenzo zabo ezimbi.

Bakubheka njengenjabulo ukuphila ngokunethezeka + ngisho nasemini. Bangamabala nezisihla, bajabula* ezimfundisweni zabo zokukhohlisa kuyilapho bedla emadilini kanye nani. + 14 Banamehlo agcwele ukuphinga + futhi abakwazi ukuyeka isono, bayenga abangagxilile. Banezinhliziyo eziqeqeshelwe ukuhaha. Bangabantwana abaqalekisiwe. 15 Bashiye indlela eqondile, badukiswa. Baye balandela indlela kaBhalami, + indodana kaBheyori, owathanda umvuzo ayezowuthola ngokwenza okubi, + 16 kodwa wasolwa ngokwaphula kwakhe lokho okwakulungile. + Isilwane esithwalayo esingenazwi, sikhuluma ngezwi lomuntu, sanqanda inkambo yobuhlanya yalowo mprofethi. +

17 Laba bayimithombo engenamanzi, nenkungu eqhutshwa isivunguvungu esinamandla, futhi babekelwe ubumnyama obukhulu. + 18 Bakhuluma amazwi okuzikhukhumeza angasizi ngalutho. Ngezifiso zenyama + nangezenzo zokuziphatha kabi okuhambisana nendelelo,* bayenga abantu abasanda kuphunyuka kulabo abaphila esonweni. + 19 Nakuba bebathembisa inkululeko, bona ngokwabo bayizigqila zokonakala; + ngoba noma ­ubani onqotshwa omunye, uyisigqila sakhe. *+ 20 Ngokuqinisekile uma ngemva kokuphunyuka ekungcoleni kwezwe + ngolwazi olunembile ngeNkosi noMsindisi uJesu Kristu, bephinda behileleka kuzo kanye lezi zinto futhi benqotshwa, izimo zabo zokugcina sezizimbi kakhulu kunezokuqala. + 21 Bekuyoba ngcono ukuba babengayazanga ngokunembile indlela yokulunga kunokuthi ngemva kokuyazi, bafulathele umyalo ongcwele abawuthola. + 22 Kwenzeke kubo isaga esiyiqiniso esithi: “Inja ibuyele emhlanzweni wayo,* nengulube yensikazi ebigeziwe ibuyele ekuzigingqeni odakeni.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela