23 “Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngoba ninikela okweshumi+ kweminti nedile nekhumini, kodwa anizinakanga izindaba zoMthetho ezibaluleke kakhulu, okuwukuthi, ubulungisa+ nesihe+ nokwethembeka.+ Kwakuyisibopho ukwenza lezi zinto, kodwa hhayi ukuba ningazinaki lezi ezinye izinto.