IzAga 11:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Umuntu onomusa wothando uwuphatha ngendlela enomvuzo umphefumulo wakhe,+ kodwa umuntu onesihluku ulethela umzimba wakhe isigcwagcwa.+ IzAga 14:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Ngeke yini bazulazule+ labo abaceba okubi? Kodwa kukhona umusa wothando neqiniso ngokuqondene nalabo abaceba okuhle.+ IzAga 16:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Lapho uJehova ejabula ngezindlela zomuntu+ wenza ngisho nezitha zakhe zibe nokuthula naye.+ IzAga 19:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Into efiselekayo kumuntu wasemhlabeni ngumusa wakhe wothando;+ umuntu onokuncane ungcono kunomuntu oqamba amanga.+ Daniyeli 1:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ngalokho uNkulunkulu weqiniso wanika uDaniyeli ukuba athole umusa wothando nesihe phambi kwesikhulu segceke esiyinhloko.+
17 Umuntu onomusa wothando uwuphatha ngendlela enomvuzo umphefumulo wakhe,+ kodwa umuntu onesihluku ulethela umzimba wakhe isigcwagcwa.+
22 Ngeke yini bazulazule+ labo abaceba okubi? Kodwa kukhona umusa wothando neqiniso ngokuqondene nalabo abaceba okuhle.+
22 Into efiselekayo kumuntu wasemhlabeni ngumusa wakhe wothando;+ umuntu onokuncane ungcono kunomuntu oqamba amanga.+
9 Ngalokho uNkulunkulu weqiniso wanika uDaniyeli ukuba athole umusa wothando nesihe phambi kwesikhulu segceke esiyinhloko.+