Luka 8:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Ngakho-ke, nakani indlela enilalela ngayo; ngoba noma ubani onakho, uyonikwa okwengeziwe,+ kodwa noma ubani ongenakho, ngisho nalokho acabanga ukuthi unakho uyophucwa kona.”+ Jakobe 1:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Kodwa lowo obukisisa umthetho+ ophelele ongowenkululeko nophikelelayo kuwo, lo muntu, ngoba akabanga umuntu ozwayo oyisikhohlwa kodwa ube ngumenzi womsebenzi,+ uyojabula+ lapho ewenza.
18 Ngakho-ke, nakani indlela enilalela ngayo; ngoba noma ubani onakho, uyonikwa okwengeziwe,+ kodwa noma ubani ongenakho, ngisho nalokho acabanga ukuthi unakho uyophucwa kona.”+
25 Kodwa lowo obukisisa umthetho+ ophelele ongowenkululeko nophikelelayo kuwo, lo muntu, ngoba akabanga umuntu ozwayo oyisikhohlwa kodwa ube ngumenzi womsebenzi,+ uyojabula+ lapho ewenza.