Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Daniyeli 4:13-16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 “ ‘Njengoba ngibona imibono yekhanda lami ngisembhedeni wami, ngibone umlindi ongcwele, ehla evela emazulwini. + 14 Umemeze kakhulu wathi: “Gawulani isihlahla, + ninqume amagatsha aso. Vuthululani amahlamvu aso, nisakaze izithelo zaso! Izilwane ezingaphansi kwaso mazibaleke, nezinyoni emagatsheni aso. 15 Nokho, shiyani isiqu saso nezimpande* emhlabathini, nisishiye siboshwe ngesibopho sensimbi nesethusi phakathi kotshani basendle. Masimanziswe ngamazolo ezulu, sihlale nezilwane phakathi kwezimila zomhlaba. + 16 Inhliziyo yaso mayishintshwe ingabi ngeyomuntu, sinikwe inhliziyo yesilwane, makudlule phezu kwaso + izikhathi eziyisikhombisa. +

  • Luka 21:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Bayokuwa ngenkemba bathunjelwe kuzo zonke izizwe; + iJerusalema liyonyathelwa phansi yizizwe,* kuze kugcwaliseke izikhathi ezimisiwe zezizwe. *+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela