Mathewu 7:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 “Qaphelani abaprofethi bamanga + abeza kini bembethe isikhumba semvu, + kodwa ngaphakathi beyizimpisi ezihahayo. + IzEnzo 20:29, 30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngiyazi ukuthi ngemva kokuhamba kwami kuzongena izimpisi ezicindezelayo phakathi kwenu + futhi ngeke ziwuphathe ngozwela umhlambi, 30 naphakathi kwenu imbala, kuzovela amadoda akhulume izinto ezisontekile ukuze amonyule abafundi ukuba bawalandele. + 2 Thesalonika 2:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Maningadukiswa* muntu nganoma iyiphi indlela, ngoba ngeke lufike kungakafiki kuqala ukuhlubuka + futhi kwambulwe umuntu ongenamthetho, + indodana yokubhujiswa. + 2 Thesalonika 2:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Yiqiniso, lokhu kungabi namthetho okuyimfihlakalo sekuyasebenza, + kodwa kuphela kuze kube yilapho lowo njengamanje osebenza njengokuvimbelayo esengasekho endleleni. 2 Petru 2:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Nokho, kwaba khona nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengoba beyoba khona abafundisi bamanga naphakathi kwenu. + Laba bayongenisa ngesinyenyela amahlelo ayoqeda ukholo lwenu futhi bayophika ngisho nomnikazi owabathenga, + ngenxa yalokho bayobhujiswa ngokushesha. IsAmbulo 2:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 ‘Ngiyazazi izenzo zakho, nokuzikhandla kwakho nokukhuthazela kwakho, nokuthi awukwazi ukubekezelela abantu ababi, nokuthi wabavivinya labo abathi bangabaphostoli + bengebona, wabathola bengabaqambimanga.
15 “Qaphelani abaprofethi bamanga + abeza kini bembethe isikhumba semvu, + kodwa ngaphakathi beyizimpisi ezihahayo. +
29 Ngiyazi ukuthi ngemva kokuhamba kwami kuzongena izimpisi ezicindezelayo phakathi kwenu + futhi ngeke ziwuphathe ngozwela umhlambi, 30 naphakathi kwenu imbala, kuzovela amadoda akhulume izinto ezisontekile ukuze amonyule abafundi ukuba bawalandele. +
3 Maningadukiswa* muntu nganoma iyiphi indlela, ngoba ngeke lufike kungakafiki kuqala ukuhlubuka + futhi kwambulwe umuntu ongenamthetho, + indodana yokubhujiswa. +
7 Yiqiniso, lokhu kungabi namthetho okuyimfihlakalo sekuyasebenza, + kodwa kuphela kuze kube yilapho lowo njengamanje osebenza njengokuvimbelayo esengasekho endleleni.
2 Nokho, kwaba khona nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengoba beyoba khona abafundisi bamanga naphakathi kwenu. + Laba bayongenisa ngesinyenyela amahlelo ayoqeda ukholo lwenu futhi bayophika ngisho nomnikazi owabathenga, + ngenxa yalokho bayobhujiswa ngokushesha.
2 ‘Ngiyazazi izenzo zakho, nokuzikhandla kwakho nokukhuthazela kwakho, nokuthi awukwazi ukubekezelela abantu ababi, nokuthi wabavivinya labo abathi bangabaphostoli + bengebona, wabathola bengabaqambimanga.