IzEnzo 20:29, 30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngiyazi ukuthi ngemva kokuhamba kwami kuzongena izimpisi ezicindezelayo phakathi kwenu + futhi ngeke ziwuphathe ngozwela umhlambi, 30 naphakathi kwenu imbala, kuzovela amadoda akhulume izinto ezisontekile ukuze amonyule abafundi ukuba bawalandele. + 2 Korinte 11:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngoba abantu abanjalo bangabaphostoli bamanga, izisebenzi ezikhohlisayo, bazenza abaphostoli bakaKristu. + 1 Johane 4:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Bathandekayo, ningakholwa yizo zonke izimfundiso* okuthiwa zivela kuNkulunkulu, + kodwa zivivinyeni izimfundiso* ukuze nibone ukuthi zivela kuNkulunkulu yini, + ngoba sekukhona abaprofethi abaningi bamanga ezweni. +
29 Ngiyazi ukuthi ngemva kokuhamba kwami kuzongena izimpisi ezicindezelayo phakathi kwenu + futhi ngeke ziwuphathe ngozwela umhlambi, 30 naphakathi kwenu imbala, kuzovela amadoda akhulume izinto ezisontekile ukuze amonyule abafundi ukuba bawalandele. +
13 Ngoba abantu abanjalo bangabaphostoli bamanga, izisebenzi ezikhohlisayo, bazenza abaphostoli bakaKristu. +
4 Bathandekayo, ningakholwa yizo zonke izimfundiso* okuthiwa zivela kuNkulunkulu, + kodwa zivivinyeni izimfundiso* ukuze nibone ukuthi zivela kuNkulunkulu yini, + ngoba sekukhona abaprofethi abaningi bamanga ezweni. +