Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Korinte 2
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

2 Korinte Okuphakathi

      • UPawulu uhlose ukuba kube nenjabulo (1-4)

      • Isoni siyathethelelwa siphinde sisizwe (5-11)

      • UPawulu eTrowa naseMakedoniya (12, 13)

      • Inkonzo, udwendwe lokunqoba (14-17)

        • Asibona abathengisi bezwi likaNkulunkulu (17)

2 Korinte 2:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 7:8, 9

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/1/1996, k. 11

2 Korinte 2:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 5:1

2 Korinte 2:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “angagwinywa.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 15:23, 24
  • +Heb 12:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    6/15/2010, k. 13

    10/1/1998, kk. 17-18

2 Korinte 2:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 12:10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/15/2013, k. 20

    10/1/1998, k. 17

    I-Phaphama!,

    12/8/1993, k. 19

2 Korinte 2:10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    1/15/2006, k. 29

2 Korinte 2:11

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “singaqilizelwa.”

  • *

    Noma, “ngezinhloso.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 22:31; 2Ti 2:26
  • +Efe 6:11, 12; 1Pe 5:8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/15/2006, k. 27

    1/15/2006, k. 29

    8/15/2002, kk. 26-28

    10/1/1998, k. 18

2 Korinte 2:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 16:8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 166

    INqabayokulinda,

    11/15/1998, k. 30

2 Korinte 2:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gal 2:3; Tit 1:4
  • +2Ko 7:5

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 166

    INqabayokulinda,

    11/15/1998, k. 30

2 Korinte 2:14

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “lisakazeke.”

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/1/2010, k. 23

    9/1/2005, k. 31

    11/15/1990, k. 27

    7/15/1990, kk. 10-15

2 Korinte 2:15

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/1/2010, k. 23

    7/15/2008, k. 28

    9/1/2005, k. 31

    11/15/1990, k. 27

2 Korinte 2:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Joh 15:19; 2Ko 4:3; 1Pe 2:7, 8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/1/2010, k. 23

    7/15/2008, k. 28

    9/1/2005, k. 31

    11/15/1990, k. 27

    7/15/1990, kk. 11-12

2 Korinte 2:17

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “abenza inzuzo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 4:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    12/1/1992, kk. 26-29

    7/15/1990, k. 12

    10/15/1987, k. 19

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

2 Kor. 2:42Ko 7:8, 9
2 Kor. 2:51Ko 5:1
2 Kor. 2:7Luk 15:23, 24
2 Kor. 2:7Heb 12:12
2 Kor. 2:8Rom 12:10
2 Kor. 2:11Luk 22:31; 2Ti 2:26
2 Kor. 2:11Efe 6:11, 12; 1Pe 5:8
2 Kor. 2:12IzE 16:8
2 Kor. 2:13Gal 2:3; Tit 1:4
2 Kor. 2:132Ko 7:5
2 Kor. 2:16Joh 15:19; 2Ko 4:3; 1Pe 2:7, 8
2 Kor. 2:172Ko 4:2
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: INguqulo Yezwe Elisha (bi12)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
2 Korinte 2:1-17

Eyesibili KwabaseKorinte

2 Ngoba nginqume ukuba ngingaphinde ngize kini ngidabukile. 2 Ngoba uma ngidabukisa nina, ubani ozongenza ngijabule ngaphandle kwalowo engimdabukisile? 3 Ngakubhala lokho engakwenza, ukuze kuthi lapho ngiza, ngingadatshukiswa yilabo okufanele bangijabulise, ngoba ngiyaqiniseka ukuthi lokho okungijabulisayo nani kunenza nijabule ngendlela efanayo. 4 Ngoba nganibhalela ngezinyembezi eziningi nginosizi olukhulu nobuhlungu benhliziyo, hhayi ngenjongo yokunenza nidabuke, + kodwa ukuze nikwazi ukujula kothando enginithanda ngalo.

5 Uma kukhona oye wabangela ukudabuka, + akadabukisanga mina, kodwa nina nonke ngezinga elithile—ukuze ngingabi nokhahlo kakhulu kulokho engikushoyo. 6 Lesi siyalo esinikezwa iningi simanele umuntu onjalo; 7 manje esikhundleni salokho kufanele nimthethelele ngomusa nimduduze, + ukuze anganqotshwa* ukudabuka ngokweqile. + 8 Ngakho-ke, nginikhuthaza ukuba nimqinisekise ukuthi niyamthanda. + 9 Ngoba yilesi sizathu futhi esenza nganibhalela: ukuze ngithole ukuthi nizobunikeza yini ubufakazi bokuthi niyalalela ezintweni zonke. 10 Noma ubani enimthethelelayo, nami ngiyamthethelela. Eqinisweni, noma yini engiyithethelele, (uma kukhona engikuthethelele) bekungenxa yenu emehlweni kaKristu, 11 ukuze singaphanjwa* uSathane, + ngoba asibona abangenalwazi ngamacebo* akhe. +

12 Lapho ngifika eTrowa + ukuze ngimemezele izindaba ezinhle mayelana noKristu, futhi ngivulelwa umnyango eNkosini, 13 umoya wami awutholanga mpumuzo ngenxa yokungamtholi uThithu + umfowethu. Ngakho ngabavalelisa ngahamba ngaya eMakedoniya. +

14 Kodwa makabongwe uNkulunkulu osiholayo ngaso sonke isikhathi odwendweni lokunqoba kanye noKristu futhi enze iphunga lolwazi ngaye lizwakale* ngathi kuyo yonke indawo! 15 Ngoba kuNkulunkulu siyiphunga likaKristu elimnandi phakathi kwalabo abasindiswayo naphakathi kwalabo ababhubhayo; 16 kulaba ababhubhayo siyiphunga lokufa eliholela ekufeni, + kwabasindiswayo siyiphunga lokuphila eliholela ekuphileni. Ubani ozifanelekela ngokwanele lezi zinto? 17 Yithi, ngoba asibona abathengisi* bezwi likaNkulunkulu + njengoba abantu abaningi beyibo, kodwa sikhuluma ngabo bonke ubuqotho, njengabathunywe bevela kuNkulunkulu, yebo, sibonwa uNkulunkulu futhi sikanye noKristu.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela