-
Duteronomi 6:10-12IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
10 “Lapho uJehova uNkulunkulu wakho ekungenisa ezweni afunga kokhokho bakho, u-Abrahama, u-Isaka noJakobe ukukunika lona +—amadolobha amakhulu namahle ongazange uwakhe, + 11 izindlu ezigcwele zonke izinhlobo zezinto ezinhle ongazisebenzelanga, imithombo ongayimbanga, namasimu amagilebhisi nezihlahla zeminqumo ongakutshalanga—futhi usudle waneliseka, + 12 uqaphele ukuba ungamkhohlwa uJehova, + owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila.
-
-
Jobe 31:28IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
28 Bekuyoba isiphambeko esifanelwe ukujeziswa abahluleli,
Ngoba bengiyobe ngimphikile uNkulunkulu weqiniso ophezulu.
-