Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 139
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

AmaHubo Okuphakathi

      • UNkulunkulu uzazi kahle izinceku zakhe

        • Akukho ukubalekela umoya kaNkulunkulu (7)

        • “Ngenziwe ngendlela emangalisayo” (14)

        • ‘Wangibona ngisewumbungu’ (16)

        • ‘Ngihole ngendlela yaphakade’ (24)

IHubo 139:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Sa 16:6, 7; 1 IziKr. 28:9; IHu 17:3; 139:23; Jer 20:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/2011, k. 15

    10/1/1993, k. 11

    1/15/1990, k. 21

    I-Phaphama!,

    7/8/1991, k. 8

IHubo 139:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 16:13
  • +IHu 94:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/2011, k. 15

    10/1/1993, kk. 11-12

    1/15/1990, k. 21

IHubo 139:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Uyangikala.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 28:15; 2Sa 8:14; Job 31:4; IHu 121:8; IzA 5:21

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/1/2011, k. 15

    6/1/2006, kk. 5-6

    4/1/1995, kk. 12-13

    10/1/1993, kk. 11-12

    1/15/1990, k. 21

IHubo 139:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Heb 4:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/1/2014, kk. 4-5

    10/1/1993, k. 12

    1/15/1990, kk. 21-22

IHubo 139:5

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, k. 12

    1/15/1990, k. 22

IHubo 139:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “lumangalisa kakhulu kimi.”

  • *

    Noma, “ukuluqonda.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Job 26:14; 42:3; IHu 40:5; Rom 11:33

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, k. 12

    1/15/1990, k. 22

IHubo 139:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jon 1:3

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/1/2011, k. 27

    10/1/1993, kk. 12-14

    1/15/1990, k. 22

    I-Phaphama!,

    4/2011, kk. 28-29

IHubo 139:8

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “eShiyoli,” okuwukuthi, ithuna elivamile lesintu. Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Job 26:6; IzA 15:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 123

    INqabayokulinda,

    8/1/2011, k. 27

    10/1/1993, kk. 12-14

    1/15/1990, k. 22

IHubo 139:9

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/1/2011, k. 27

    10/1/1993, kk. 12-14

    1/15/1990, k. 22

    3/15/1987, k. 25

IHubo 139:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 63:8; 73:23; Isay 41:13

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    8/1/2011, k. 27

    10/1/1993, kk. 12-14

    1/15/1990, k. 22

IHubo 139:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, kk. 12-14

    1/15/1990, kk. 22-23

IHubo 139:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 2:22
  • +Heb 4:13

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, kk. 12-14

    1/15/1990, kk. 22-23

IHubo 139:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “ngelukiwe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 22:9; 71:6; Jer 1:5

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 38

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, kk. 21-22

    10/1/1993, k. 14

    1/15/1990, k. 23

    I-Phaphama!,

    11/22/1991, k. 3

IHubo 139:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 1:26
  • +IHu 19:1; 104:24; 111:2; IsA 15:3

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Sondela KuJehova, kk. 171-173

    I-Phaphama!,

    5/2011, kk. 3, 4-8

    6/8/1988, kk. 3, 4-6, 7-8, 9-10

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, k. 21

    4/1/1996, kk. 13-14

    10/1/1993, k. 14

    8/1/1992, kk. 3-4

    12/1/1990, kk. 10-11

    1/15/1990, k. 23

    Injongo Yokuphila, kk. 9-10

IHubo 139:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Job 10:10, 11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 38

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, k. 22

    10/1/1993, k. 14

    1/15/1990, k. 23

    I-Phaphama!,

    10/8/1990, k. 27

IHubo 139:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Sondela KuJehova, k. 172

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 38

    I-Phaphama!,

    No. 3 2017, k. 4

    8/2015, kk. 5-6

    11/2011, kk. 4-5

    11/22/1991, k. 3

    10/8/1990, k. 27

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, kk. 22-23

    4/15/1999, kk. 4-5

    10/1/1993, k. 14

    5/15/1992, k. 4

    1/15/1990, k. 23

IHubo 139:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 55:9
  • +Rom 11:33

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, kk. 23-24

    10/1/1993, kk. 16-18

    1/15/1990, k. 23

IHubo 139:18

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “ngizobe ngisaqhubeka ngiyibala.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 40:5
  • +IHu 63:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, kk. 23-24

    10/1/1993, k. 18

    1/15/1990, kk. 23-24

IHubo 139:19

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “abanecala legazi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 5:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, k. 19

    1/15/1990, k. 24

IHubo 139:20

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngokomqondo wabo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 20:7

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, k. 19

    1/15/1990, k. 24

IHubo 139:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 19:2; 2Ko 6:14
  • +IHu 119:158

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    I-Phaphama!,

    12/8/1997, k. 14

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, k. 19

    1/15/1990, k. 24

IHubo 139:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 101:3

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1993, k. 19

    1/15/1990, k. 24

IHubo 139:23

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “engincisha ukuthula.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 20:12
  • +IHu 94:19

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 60

    INqabayokulinda,

    11/15/2009, k. 3

    6/15/2007, kk. 24-25

    9/1/2006, k. 16

    6/15/2001, kk. 22-23

    3/15/1995, k. 6

    10/1/1993, kk. 19-20

    1/15/1990, k. 24

IHubo 139:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 17:3
  • +IHu 5:8; 143:8, 10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Phila Kuze Kube Phakade!, isif. 60

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    5/2020, k. 29

    INqabayokulinda,

    6/15/2007, kk. 24-25

    9/1/2006, k. 16

    6/15/2001, kk. 22-23

    10/1/1993, kk. 19-20

    1/15/1990, k. 24

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

IHu. 139:11Sa 16:6, 7; 1 IziKr. 28:9; IHu 17:3; 139:23; Jer 20:12
IHu. 139:2Gen 16:13
IHu. 139:2IHu 94:11
IHu. 139:3Gen 28:15; 2Sa 8:14; Job 31:4; IHu 121:8; IzA 5:21
IHu. 139:4Heb 4:12
IHu. 139:6Job 26:14; 42:3; IHu 40:5; Rom 11:33
IHu. 139:7Jon 1:3
IHu. 139:8Job 26:6; IzA 15:11
IHu. 139:10IHu 63:8; 73:23; Isay 41:13
IHu. 139:12Dan 2:22
IHu. 139:12Heb 4:13
IHu. 139:13IHu 22:9; 71:6; Jer 1:5
IHu. 139:14Gen 1:26
IHu. 139:14IHu 19:1; 104:24; 111:2; IsA 15:3
IHu. 139:15Job 10:10, 11
IHu. 139:17Isay 55:9
IHu. 139:17Rom 11:33
IHu. 139:18IHu 40:5
IHu. 139:18IHu 63:6
IHu. 139:19IHu 5:6
IHu. 139:20Eks 20:7
IHu. 139:212Kr 19:2; 2Ko 6:14
IHu. 139:21IHu 119:158
IHu. 139:22IHu 101:3
IHu. 139:23Jer 20:12
IHu. 139:23IHu 94:19
IHu. 139:24IHu 17:3
IHu. 139:24IHu 5:8; 143:8, 10
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: INguqulo Yezwe Elisha (bi12)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IHubo 139:1-24

AmaHubo

Kumqondisi. Ihubo likaDavide.

139 O Jehova, ungihlolile futhi uyangazi. +

 2 Uyazi lapho ngihlala nalapho ngisukuma. +

Ubona imicabango yami ukude. +

 3 Uyangibona* lapho ngihamba nalapho ngilala;

Uyazazi zonke izindlela zami. +

 4 Akukho zwi olimini lwami,

Kodwa bheka! Jehova, wena usulazi kahle. +

 5 Ngemuva nangaphambi kwami, ungizungezile;

Ubeka isandla sakho phezu kwami.

 6 Ulwazi olunjalo angikwazi ukuluqonda.*

Luphakeme kakhulu, angikwazi ukulufinyelela. *+

 7 Ngingawubalekela kanjani umoya wakho,

Ngingacasha kuphi lapho ungeke ungibone khona? +

 8 Ukube bengingakhuphukela ezulwini, ubuyobe ulapho,

Ukube bengingalala eThuneni,* bheka! ubuyobe ulapho. +

 9 Ukube bengingandiza ngamaphiko okuntwela kokusa

Ukuze ngiyohlala ngasolwandle olukude kakhulu,

10 Ngisho nalapho isandla sakho besiyongihola

Nesandla sakho sokudla besiyongibamba. +

11 Uma ngithi: “Ngokuqinisekile ubumnyama buzongimboza!”

Khona-ke ubusuku obungizungezile bebuyoba ukukhanya.

12 Ngisho nobumnyama bebungeke bube mnyama kakhulu kuwe,

Kodwa ubusuku bebuyokhanya njengemini; +

Ubumnyama buyafana nokukhanya kuwe. +

13 Ngoba wena wenza izinso zami;

Wangigcina ngisithekile* esibelethweni sikamama. +

14 Ngiyakudumisa ngenxa yokuthi ngenziwe ngendlela emangalisayo. +

Imisebenzi yakho iyamangalisa, +

Ngikwazi kahle lokhu.

15 Amathambo ami ayengafihlekile kuwe

Lapho ngenziwa ekusithekeni,

Lapho ngelukwa ekujuleni komhlaba. +

16 Amehlo akho angibona ngisho ngisewumbungu;

Zonke izitho zawo zazilotshiwe encwadini yakho

Ngokuqondene nezinsuku ezabunjwa ngazo,

Kungakabi bikho nesisodwa sazo.

17 Ave iyigugu imicabango yakho kimi! +

O Nkulunkulu, yeka indlela eminingi ngayo! +

18 Uma ngizama ukuyibala, miningi kunezinhlayiya zesihlabathi. +

Lapho ngiphaphama, ngisenawe. *+

19 O Nkulunkulu, ukube nje ubungambulala omubi! +

Khona-ke abantu abanodlame* bebeyosuka kimi,

20 Labo abakhuluma izinto ngawe ngezinhloso ezimbi;*

Bayizitha zakho ezidelela igama lakho. +

21 Angibazondi yini labo abakuzondayo, Jehova, +

Angibenyanyi yini abakuvukelayo? +

22 Ngibazonda ngokuphelele; +

Sebeyizitha zami zangempela.

23 O Nkulunkulu ngihlole, wazi inhliziyo yami. +

Ngihlole, wazi imicabango yami engikhathazayo. *+

24 Bheka ukuthi ikhona yini indlela elimazayo kimi, +

Ungihole + ngendlela yaphakade.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela