UHLU LWEZIHLOKO ZE-NQABAYOKULINDA KA-2016
Olubonisa umagazini isihloko esikuwo
IBHAYIBHELI
IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA
IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI
Indoda enophondo lukayinki namadoda ayisithupha (Hez. 9:2), June
Kungani ukugeza izandla kwakuyindaba enkulu ezitheni zikaJesu? (Mr 7:5), Aug.
Kunini lapho abantu bakaNkulunkulu baba khona yizithunjwa noma iziboshwa? Mar.
USathane wamthatha ngokoqobo uJesu wamyisa ethempelini? (Math 4:5; Luka 4:9), Mar.
INGXUBEVANGE
Abapristi Abakhulu EmiBhalweni YamaKristu YesiGreki, No. 1
Kufanele Sime Ngendlela Ethile Lapho Sithandaza? No. 6
Kwenzekani Lapho Sifa? No. 1
Imibono Ngalabo Abasemazulwini Angabonakali, No. 6
“Impi IngekaJehova” (UDavide), No. 5
Imiqulu Ngezikhathi ZeBhayibheli, No. 1
Ingabe Inkolo Isungulwe Abantu? No. 4
Ingabe Kuyadingeka Ube Senkolweni Ethile? No. 4
Ingabe UNkulunkulu Uphendula Yonke Imithandazo? No. 6
Inkululeko IRoma Elaliyinika AmaJuda EJudiya, Oct.
Izifundo Esizithola Ezinyonini, No. 6
Izindwangu Nodayi Okwakukhona, No. 3
Izizathu Abaholi Benkolo BamaJuda Ababevumela Ngazo Isehlukaniso, No. 4
Izwi Elaba Isikhuthazo! (“ndodakazi”), Nov.
Lapho Kushona Othandekayo, No. 3
“Ngizimisele Ukuhamba” (URebheka), No. 3
Ubani UDeveli? No. 2
UDavide NoGoliyathi—Ingabe Kwenzeka Ngempela? No. 5
Ukulalela Isixwayiso, No. 2
Ukuqhathanisa Okubaluleke Kunakho Konke (izinkolelo neBhayibheli), No. 4
Umuntu Wayengahlwanyela Yini Ukhula Ensimini Yomunye Umuntu? Oct.
Ungaba Khona Yini Umhlaba Ongenabo Ubudlova? No. 4
Ungayitholaphi Induduzo? No. 5
Uyini UMbuso KaNkulunkulu? No. 5
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
Abantu Abakwazisayo Ukuthola Umusa Ongafanelwe KaNkulunkulu, July
Bagqashula Enkolweni Yamanga, Nov.
Basha—Ingabe Nikulungele Ukubhapathizwa? Mar.
Basha—Ningakulungiselela Kanjani Ukubhapathizwa? Mar.
Basha, Qinisani Ukholo Lwenu, Sept.
Bazali, Sizani Izingane Zenu Zakhe Ukholo, Sept.
Bonisa Ukholo Lwakho Ezithembisweni ZikaJehova, Oct.
Funa UMbuso, Hhayi Izinto Ezibonakalayo, July
Funda Ezincekwini ZikaJehova Eziqotho,Feb.
“Hambani Niyokwenza Abantu Bazo Zonke , . . . Izizwe Babe Abafundi,” May
Ingabe IBhayibheli Lisakuguqula Ukuphila Kwakho? May
Ingabe Indlela Ogqoka Ngayo Ikhazimulisa UNkulunkulu? Sept.
Ingabe Uyamvumela UMbumbi Omkhulu Ukuba Akubumbe? June
Ingabe Uyazisa Kakhulu Incwadi KaJehova? Nov.
Kungani Kufanele Sihlangane Ndawonye Ukuze Sikhulekele? Apr.
Kungani Kumelwe ‘Sihlale Silindile’? July
“Kwangathi Izandla Zakho Zingeyethe,” Sept.
Lingisa Abangane BakaJehova Abakhulu, Feb.
Londoloza Ingokomoya Lakho Njengoba Ukhonza Kwelinye Izwe, Oct.
Londoloza Ukungathathi Hlangothi Ezweni Elihlukene Phakathi, Apr.
Lungisani Ukungaboni Ngaso Linye, May
Ngomusa Ongafanelwe Nakhululwa, Dec.
“Ningakukhohlwa Ukungenisa Izihambi,” Oct.
Phonsa Zonke Izinkathazo Zakho Phezu KukaJehova, Dec.
Qhubeka Ulwela Isibusiso SikaJehova, Sept.
“Qhubekani Nikhuthazana Usuku Ngalunye,” Nov.
Qhutshwani ‘Yisipho SikaNkulunkulu Sesihle Esingachazeki,’ Jan.
Qinisa Ukholo Lwakho Ezintweni Ozithembayo, Oct.
Shumayela Izindaba Ezinhle Zomusa Ongafanelwe, July
‘Sifuna Ukuhamba Nani,’ Jan.
“UJehova UNkulunkulu Wethu UnguJehova Oyedwa,” June
UJehova Uqondisa Abantu Bakhe Endleleni Yokuphila, Mar.
UJehova Uyabavuza Labo Abamfuna Ngobuqotho, Dec.
UJehova Wambiza Ngokuthi “Umngane Wami,” Feb.
Ukubizwa Ukuba Siphume Ebumnyameni, Nov.
Ukuhlelwa Ngokuvumelana NeNcwadi KaNkulunkulu, Nov.
“Ukunaka Umoya Kusho Ukuphila Nokuthula,” Dec.
Ukusebenza NoNkulunkulu—Isizathu Sokujabula, Jan.
Ukwazisa UJehova NjengoMbumbi Wethu, June
Ukwenza Umshado WomKristu Uphumelele, Aug.
Ukwethembeka Kuholela Ekwamukelweni UNkulunkulu, Apr.
Umoya Ufakazelana Nomoya Wethu, Jan.
Umshado—Umsuka Nenjongo Yawo, Aug.
Ungaba Nengxenye Ekuqiniseni Ubunye Bethu BobuKristu—Kanjani? Mar.
Ungavumi Ukukhutshwa Amaphutha Abanye, June
Uyasibona Yini Isidingo Sokuqeqesha Abanye? Aug.
Uyasibona Yini Isidingo Sokuthuthuka Ngokomoya? Aug.
Uzenza Kanjani Izinqumo Zakho? May
“Vumelani Ukukhuthazela Kuphelelise Umsebenzi Wako,” Apr.
Zibonakalise Uqotho KuJehova, Feb.
Zimiseleni Ukuvumela ‘Uthando Lwenu Lobuzalwane Luqhubeke’! Jan.
Zuza Ngokugcwele Emalungiselelweni KaJehova, May
IZINDABA ZOKUPHILA
Ababeyizindela Baba Odadewabo Bomunye Nomunye (F. and A. Fernández), Apr.
Ngathola Injabulo Ekupheni (R. Parkin), Aug.
UJehova Ungenze Ngaphumelela (C. Robison), Feb.
Ukuba Yizinto Zonke Kubantu Bazo Zonke Izinhlobo (D. Hopkinson), Dec.
Ukuphishekela Ukulingisa Izibonelo Ezinhle (T. McLain), Oct.
Ukwamukela Iqiniso LeBhayibheli Ngaphandle Kwezandla Nezingalo (B. Merten), No. 6
OFAKAZI BAKAJEHOVA
UJESU KRISTU
UKUPHILA NEZIMFANELO ZOBUKRISTU
Eyigugu Kakhulu Kunamadayimane (ukwethembeka), June
Inkonzo Yakho Injengamazolo? Apr.
Kungani Kumelwe Uthembeke? No. 1
‘Londa Ukuhlakanipha Okusebenzayo,’ Oct.
Okungcono Kunegolide (ukuhlakanipha kukaNkulunkulu), Aug.
Qhubeka Ukhonza UJehova Ngenjabulo, Feb.
Ukukhulekela Ezindaweni Engcwele? No. 2
Ukunqoba Ukuzizwa Ungalondekile, No. 1
Ukusiza Ebandleni Lakini, Mar.
Ukuvikela Izindaba Ezinhle, Sept.
Umoya Omnene—Indlela Yokuhlakanipha, Dec.
Ungakhathazeki, No. 1